Share

Ezakamuva ngenkundla yezokuxhumana iMxit

Cape Town – Inkundla yezokuxhumana uMxit isimemezele ukuthi iyalivala ibhizinisi layo elingenisa imali, yathi yonke imali izoyinikelelainhlangano ezimele iThe Reach Trust.

UMxit wabika ngo-2013 ukuthi bangu-7.5 million abantu abawusebenzisayo ngonyaka, kepha lesi sibalo sehla sama ku-1.2 million ngoJulayi 2015, ngokusho kwesitatimende esikhishwe uMxit ngoLwesihlanu.

UMxit, esitatimendeni, ithe le Application isazoba khona ngakho abantu basazokwazi ukuyiDownloada.

Kepha njengxenye yesivumelwano, isikhulu esiphezulu seMxit, uFrancois Swart, uzoshiya isikhundla sakhe ngemuva kokusiqhoqhobala iminyaka emithathu.

OLUNYE UDABA: Lisuse umsindo ikhasi le-Facebook

Zonke izisebenzi zakwaMxit ezibalelwa ku-30 zizosebenzela iThe Reach Trust ngaphansi kwesikhulu esiphezulu u-Andrew Rudge noMichael Jordaan.

IThe Reach Trust yenza kakhulu izinhlelo zokusiza abantu kwezemfundo, njengoba isisize abantu abangu-10 million kusukela ngo-2012.

Ukuwa kweMxit kwezebhizinisi kusa ngemuva komncintiswano okhona solokhu kwafika uWhatsApp noFacebook.

Bangu-10 million abantu abasebenzisa uWhatsApp kuleli, kanti bangu-13 million abanoFacebook.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 463 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 1003 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE