Bavaria –
Inkampani yakwa-Adidas idinga abasiki bengqephu abasezingeni lomhlaba kanye nongoti
abaziyo ngendwangu yegama eliphezulu ukuze yenze kangcono kunezimbangi zayo
okuyinkampani yaseMelika, iNike, kodwa inkinga enkulu ukuheha bonke labantu
ebadingayo ukuba bayosebenzela ekomkhulu layo eGermany.
I-Adidas ikhombisa ukulahlekelwa ezimakethe uma kuqhathaniswa
neNike, ebonakala iyintandokazi kubantu.
Funda nalolu daba: IChippa United izoxhaswa uNike.
INike yenze kangcono kweyenzuzo kunalokho obekulindelekile ngoSepthemba 25.
I-Adidas, emizameni yayo yokulungisa isimo, uma iqasha abantu ezikhundleni eziphezulu, abafaka emahhovisi ayo aseMelika.
– "Like"
ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.