Share

I-Amplats nesiphakamiso esisha

Johannesurg - I-Anglo American Platinum (Amplats) ibeke isiphakamiso esisha etafuleni ngemizamo yokuqeda isiteleka samalungu e-Association of Mineworkers and Construction Union (Amcu) embonini ye-platinum.

"Lesi siphakamiso sizoqinisekisa ukuthi kuba nemali ephumayo efana nemihlomulo uma abasebenzi besebenze ngamaholidi nakulabo abahlala ngaphandle,” kusho le nkampani esitatimendeni.

"Ukuze kufinyelelwe kulokhu, imiholo yabasebenzi izonyuka ngamaphesenti aphakathi kuka-7.5% no-10% ngokwezigaba zabo, bese kuphuma nemihlomulo ethile.”

I-Amplats ithe kubalulekile ukubona ukuthi uma lesi sivumelwano samukelwa lokho kuchaza ukuthi kuyoshaya uJulayi 2017 umsebenzi ohola kancane kunabo bonke abe esamukela u-17 500 ngenyanga.

Le nkampani ithe umholo uzobe uhambisana nemali yomhlalaphansi, i-medical aid, imali yabasebenza amahora engeziwe kanye namabhonasi.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 299 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 629 votes
Vote
Rand - Dollar
19.22
-0.3%
Rand - Pound
23.90
-0.3%
Rand - Euro
20.47
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.32
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.4%
Platinum
941.20
-1.0%
Palladium
1,004.00
-2.5%
Gold
2,377.68
-0.1%
Silver
28.19
-0.1%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
66,708
-0.7%
All Share
72,758
-0.7%
Resource 10
62,826
-0.7%
Industrial 25
97,802
-0.6%
Financial 15
15,379
-0.7%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE