Share

I-DA ithi angaqale asule usihlalo wakwaSABC

Johannesburg – IDemocratic Alliance isinxuse usihlalo webhodi lakwaSABC u-Ellen Tshabalala ungaqale asule esikhundleni engakalichazeli iPhalamende ukuthi kungabe wasenga ezimithiyo yini ngeziqu zakhe.

I-DA inxusa lokhu nje kusanda kusabalala imibiko kwabezindaba ethi emhlanganweni wesigungu esiphezulu se-ANC ngempelasonto kuphakanyiswe ukuthi uTshabalala uzophushwa ukuthi asule esikhundleni. 

Ilungu le-DA ePhalamende  uGavin Davis uma uTshabalala esula esikhundleni lokhu kuzochaza ukuthi ngeke esakwazi ukuzochaza ePhalamende mayelana neziqu.  

“Lokhu kuzosincisha ithuba lokuthi sithole kabanzi ukuthi ngeziqu zakhe zeBCom neDiploma athi wazithola e-UNISA,” kusho uDavis.

OLUNYE UDABA: Kuzophenywa abakwa-SABC

“UNksz Tshabalala ubesalokhu emile ekutheni akazange aqambe amanga ngeziqu zakhe.

Ukuzophendula ePhalamende yithuba elihle kakhulu ukuze aveze ukuthi umsulwa.”

Kubikwa ukuthi bekulindeleke ukuba uTshabalala azophendula ePhalamende ngoLwesine kodwa kwahlehliselwa umhlaka 14 ku-Okthoba ukuze abe nesikhathi esanele ukuzilungiselela.

UDavis uthe ukuqambela iPhalamende amanga yicala elibomvu.

Ngeledlule ikomidi lezokuXhumana ePhalamende liphakamise ukuthi amiswe uTshabalala esikhundleni sakhe kwazise alinayo igunya lokumumisa lona njengoba kunguMengameli kuphela onalawa mandla. 

   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

    - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 412 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 867 votes
Vote
Rand - Dollar
19.08
+0.4%
Rand - Pound
23.61
+0.9%
Rand - Euro
20.33
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.25
+0.4%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.10
-0.8%
Palladium
1,030.50
+0.1%
Gold
2,388.47
+0.4%
Silver
28.68
+1.6%
Brent-ruolie
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE