Share

I-FF Plus ikhulumela abakwaTransnet

Johannesburg - Abasebenzi bakwaTransnet asebathaha umhlalaphansi bayahlupheka usuku nosuku, kusho iFreedom Front Plus ngoLwesine.

"Ilinganiselwa ku-R2000 noma ngaphansi imali abaziphilisa ngayo abasebenzi asebathatha umhlalaphansi kwaTransnet kanti futhi iningi labo alikwazi ukuziphilisa ngaleyo mali nyanga zonke, kusho ilungu leFF Plus ePhalamende, u-Anton Alberts.

U-Alberts ubetshela abezindaba ngaphambi kwemashi ebibhekiswe e-Union Buildings.

Enkulumweni yakhe uthe asebathatha umhlalapansi banyuselwa imali yabo ngo-2% ngonyaka, okuyiphesenti elingawenzi umehluko njengoba imali yezidingo ikhula njalo.

Phambilini, iFF Plus ithe abasebenzi asebathatha umhlalaphansi kwaTransnet bazongenela umbhikisho bekhalazi ngemali encane yempeshini.

Labasebenzi asebathatha umhlalaphansi okumanje bafake inkampane yakwaTransnet nohulumeni enkantolo bekhalaza ngemali abayitholela impesheni.

Incwadi yezikhalazo bazoyidlulisela ehhovisini likaMengameli uJacob Zuma ukuba angenelele ngokushesha.

U-2% abawutholawo awuhambisani nesethembise esenziwa abaphathi bakwaTransnet mayelana nemali yempesheni, kusho iFF Plus.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
31% - 481 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
69% - 1058 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE