Share

I-SABC enkingeni nge-video ka-AKA

Cape Town – AbeBroadcasting Complaints Commission of South Africa (BCCSA), bawotha ubomvu ngesenzo senkampani yezokusakaza i-SABC1, ekhombise i-video yomculo ekhombisa abantu benza ucansi.

Abe-BCCSA bathola ukuthi u-SABC1 awukhiphanga isexwayiso esiyiso ngesikhathi uthi okuzokhonjiswa kufanele abevile eminyakeni eyishumi ubudala.

I-video yakhonjiswa ngoMgqibelo ngezikhathi zasekuseni, ohlelweni iMzansi Insider, mhlaka-4 Januwari.

Umsindo ususwe ukudlalwa kweculo lika-AKA no-D.A. Les.

"Emiphakathini kukhona izingane ezinengcindezi yokuthi ziye ocansini, ziphuze utshwala ziphinde zisebenzise nezidakamizwa.

"Ngibona ubudedengu obukhulu ekutheni abakwa-SABC bakhombise umculo oveza intsha izitika ngocansi futhi iphuza utshwala," kusho isikhalazo.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
65% - 402 votes
No! It's time to move on ...
35% - 220 votes
Vote
Rand - Dollar
19.04
+0.9%
Rand - Pound
23.78
+0.7%
Rand - Euro
20.41
+0.7%
Rand - Aus dollar
12.39
+0.8%
Rand - Yen
0.12
+1.0%
Platinum
919.70
+0.8%
Palladium
981.50
-2.3%
Gold
2,331.90
+0.7%
Silver
27.34
+0.6%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,437
-0.2%
All Share
74,329
-0.3%
Resource 10
62,119
+2.8%
Industrial 25
102,531
-1.4%
Financial 15
15,802
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE