Share

I-SARS ayiphenye iLonmin noRamaphosa - EFF

Cape Town – NgoLwesihlanu i-Economic Freedom Fighters (EFF) icele iSA Revenue Service (Sars) ukuba iphenye iLonmin [JSE:LON] ngodaba lokungakhokhwa kwentela, kulandela ubufakazi ebethulwe phambi kwekhombisana kaFarlam bokuthi le nkampani yakhokhela abeBermuda izizumbulu zemali.

"Njengoba sebukhona ubufakazi, i-EFF icela iSars ukuba iphenye iLonmin kanye nabaqondisi bayo ngenhloso yokuba bashushiswe uma kutholakala ukuthi babengayikhokhi intela, kusho okhulumela iqembu uMbuyiselo Ndlozi.

Funda nalolu daba: Owe-EFF enkampanini yezimayini.

UNdlozi uzwakalise ukudinwa mayelana nokuthi iLonmin yakhokha imali elinganiselwa ku-R200m ngonyaka njengemihlomulo enkampanini iBermuda.

"Lokhu kusho ukuthi iLonmin, okuyinkampani okwashona kuyona abavukuzi, futhi uCryril Ramaphosa owayengumqondisi wayo, yayinamanga uma ithi ayinazo izimali ngesikhathi abavukuzi befuna iholo lika-R12 500, njengoba kuvela ukuthi izimali zaziya enkampanini engayikhokhi intela,” usho kanje. 



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
33% - 309 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
67% - 641 votes
Vote
Rand - Dollar
19.20
-0.2%
Rand - Pound
23.88
-0.2%
Rand - Euro
20.45
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.31
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.3%
Platinum
942.60
-0.8%
Palladium
1,012.00
-1.7%
Gold
2,375.60
-0.2%
Silver
28.21
-0.1%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
66,786
-0.6%
All Share
72,833
-0.6%
Resource 10
62,747
-0.9%
Industrial 25
97,960
-0.5%
Financial 15
15,413
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE