Share

ICosatu isabise ngokubhikishela amanani ezitimela

Cape Town - ICosatu esifundazweni saseWestern Cape isisabise ngokungenela isiteleka uma iMetrorail ingaluhoxisi elokwenyuswa kwamanani okugibela.

UNobhala Jikelele weCosatu eWestern Cape, uTony Ehrenreich, uthi abagibeli akumele bakhokhiswe imali enkulu kunale abayikhokhayo manje, kuze kube ukusebenza kwezitimela kwenziwa ngcono kunalokhu.  

Funda nalolu daba: Kuyasuka lokho ngamanani kaphethiloli

Ukwenyuka kwamanani akwaMetrorail kuqale ngoLwesithathu ekuseni, kanti abagibeli sebezokhokha imali eyengezwe kusukela phakathi kukaka-R2 kuya ku-R38 ngenyanga.

Kodwa iPrasarail ithi ixoxisana neCosatu kanye nezinye izinyunyana mayelana nalolu daba.

Ithi futhi ukwenyuswa kwamanani kwamukelwa yizona zonke izinhlaka, kubika i-eNCA.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think Minister Blade Nzimande made the right call to dissolve the NSFAS board?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, NSFAS mismanagement is costing students
34% - 366 votes
No, it's suspicious given that he's implicated
66% - 721 votes
Vote
Rand - Dollar
18.97
+0.0%
Rand - Pound
23.64
-0.1%
Rand - Euro
20.20
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.18
+0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.3%
Platinum
978.70
+0.3%
Palladium
1,008.00
-1.5%
Gold
2,373.48
-0.4%
Silver
28.30
-2.0%
Brent Crude
90.10
-0.4%
Top 40
66,955
-2.0%
All Share
73,070
-1.9%
Resource 10
61,730
-3.4%
Industrial 25
98,409
-1.7%
Financial 15
15,652
-1.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE