Share

INingizimu Afrika kumele yonge - Ramaphosa

Johannesburg – ISekela likaMengameli wezwe uCyril Ramaphosa usegqugquzele abantu baseNingizimu Afrika ukuba bonge ngezikhathi izinto zisabahambela kahle emalini.

Ngokusho kombiko we-Fin24 uRamaphosa uthe uhulumeni uzohlongoza umthetho wokonga, esho ngesikhathi ethula inkulumo kwingqungquthela ye-SA Reserve Bank (Sarb) Leadership eMuldersdrift eGauteng.  

Uthe ukuthikamezeka komnotho waseChina enguphathina omkhulu weNingizimu Afrika kwezohwebo sekwehlise amanani ezimboni zakuleli.   

“Amazwe asathuthuka abhekene nenkulu ingwadla ngalesi sikhathi yingakho kubalulekile ukuthi umnotho wethu siwusebenzise ngendlela efanele singawusebenzisi ngokweqile,” kusho uRamaphosa.

Uthe amabhange kuzomele avule amathuba okusiza osomabhizinisi abasebancane ukuze bakwazi ukuthi bakhule.

“Kuzomele sibambisane ukuze siqinisekise ukuthi amabhange enza okufanele ukuthuthukisa umnotho wethu,” kusho iSekela Mengameli ephetha ngokuthi nohulumeni uzolibamba iqhaza ukuqinisekisa ukuthi umnotho awukhubazeki nangezikhathi ezinzima.


   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

    - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 26 votes
Hardly - I prefer streaming online
66% - 731 votes
Sometimes - it depends on the film release
32% - 351 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,028.50
-0.6%
Gold
2,378.37
+0.7%
Silver
28.25
+0.1%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE