Share

INumsa incoma abaqashi ngesivumelwane samaholo

Johannesburg - Isivumelwane samaholo seminyaka emithathu esisayinwe yi-National Union of Mineworkers (NUM) ne-Royal Bafokeng Platinum (RBP) sisho ukunqoba kwabavukuzi, kusho inyunyana ngoLwesihlanu.

"Izingxoxo zihambe kahle, nangendlela ehloniphekile,” kusho okhulumela inyunyana uLivhuwani Mammburu esitatimendeni.

Izingxoxo ziqhutshwe ngendlela ehambisana nomthetho, umthethosisekelo, kanye nokuqonda izidingo ezibhekene nabantu basembonini ye-platinum.

Isivumelwane, esisayinwe ngoLwesine siqala ukusebenza kusukela ngoJulayi 1 kuze kube umhlaka 30 Julayi 2017.

Isivumelwane sihlanganisa ukuba abasebenzi basemgodini abahola kancane banyuselwe amaholo, okuzothi ngo-2017 bahole u-R12 000.

-- inkampani izobakhokhela u-100% we-medical aid abasebenzi abahola kancane bese kuthi izinduna zona zikhokhelwe u-70% we-medical aid.

-- Inkampmani izophinde ibakhokhele u-R2600 wemali yesibonelelo sezindlu onyakeni wokuqala; ngonyaka wesithathu banikwe isibonelele sezindlu sika-R3900.

UMammburu uthe: "Abasebenzi abahola kancane, eminyakeni emibili, sekuqinisekisiwe ukuthi bazothola i-package  ka-R14,594 uma sekuhlangene nemihlomulo.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
37% - 22 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
63% - 38 votes
Vote
Rand - Dollar
19.24
-0.4%
Rand - Pound
23.90
-0.3%
Rand - Euro
20.47
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.31
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.7%
Platinum
950.60
+0.0%
Palladium
1,030.50
+0.1%
Gold
2,388.57
+0.4%
Silver
28.32
+0.3%
Brent-ruolie
87.11
-0.2%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,479
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE