Share

Ikomidi linezinhlelo ngowamabhizinisi amancane

Cape Town – Ikomidi lezokuthuthukiswa kwamabhizinisi amancane ePhalamende lithembise  ngokuthatha izinyathelo eziqinile ukubhekana nalo Mnyango kulandela umhlangano elibe nawo nePlastic South Afrika.

Usihlalo wekomidi uRuth Bhengu uthe ikomidi libekelwe iminyaka emihlanu ukuba lenze izinguquko ezibonakalayo kwezamabhizinisi ukuze lisebenzisane kahle nabamabhizinisi.

“Ikomisi lizosebenzisa amandla eMoney Bills and Budget Review kanye nezindlela ezinqala ukuqinisekisa ukuthi uMnyango wezokuthuthukiswa kwamabhizinisi amancane awuqhubeki nokusebenzisa izindlela ezingaphumelelanga eminyakeni engu-20 eyedlule,” kusho uBhengu. 

Funda nalolu daba: Lingase ligcwale umoya kwabasebenza ePosini.

Ukhulume kanje ngesikhathi ebuza ngokwethulwe yiPlastic South Africa, okuyinkmapani emele imboni yeplastiki eNingizimu Afrika.

Le nkampani ivele phambi kwekomidi ukuzokhulumela izinkampani zikaplastiki eNingizimu Afrika mayelana nezinhlelo zokusiza amabhizinisi amancane kanye nokusebenzisana.

Ngokusho kuka-Anton Hanekom, ongumqondisi wePlastic SA, imboni yeplastiki iqashe abantu abangaphezulu kwabangu-60 000 futhi ingenisa u-1.6% welali engena kuleli.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 861 votes
No! It's time to move on ...
33% - 422 votes
Vote
Rand - Dollar
18.87
+0.8%
Rand - Pound
23.61
+0.8%
Rand - Euro
20.22
+0.9%
Rand - Aus dollar
12.33
+0.6%
Rand - Yen
0.12
+1.5%
Platinum
923.20
-0.3%
Palladium
969.50
-2.1%
Gold
2,344.93
+0.5%
Silver
27.57
+0.5%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,189
+1.1%
All Share
75,121
+1.1%
Resource 10
62,902
+1.3%
Industrial 25
103,489
+0.9%
Financial 15
15,994
+1.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE