Share

Inyunyana ifuna kuvikelwe abavukuzi

Johannesburg - INational Council of Trade Unions (Nactu) isiphakamise ukuthi kumele bavikelwe ngandlela thize abavukuzi abasolwa ngokuba yingxenye yezigameko zokubulala ngesikhathi kuqhubeka isiteleka eMarikana ngo-2012.

"Sinokwesabela ukuthi ubufakazi buka"Mr X" bungase budale ukuthi kube khona uhlu lwabantu abazoqothwa, nosekuqale ngoMehlonkomo," kusho uNobhala Jikelele weNactu uNarius Moloto.

UBongani "Bhayi" Mehlonkomo wadutshulwa washona eMarikana ngoLwesibili.

UMehlonkomo wayesendleleni egodukayo ngesikhathi edutshulwa ngabantu ababehamba ngemoto.

"Sonke siyazi ukuthi igama likamufi lavela kaningi ngesikhathi ufakazi wamaphoyisa u"Mr X" ethula ubufakazi ngaphambi kwekhomishana kaFarlam," kuqhuba uMoloto.

Le khomishana iphenya ngezigameko ezaholela ekutheni kubulawe abantu abangu-44 ngesikhathi kunesiteleka sabavukuzi emayini yaseLonmin, eMarikana, ngo-Agasti 2012.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 201 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 433 votes
Vote
Rand - Dollar
19.25
-0.5%
Rand - Pound
23.94
-0.5%
Rand - Euro
20.50
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.35
-0.4%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
947.60
-0.3%
Palladium
1,022.00
-0.7%
Gold
2,381.98
+0.1%
Silver
28.29
+0.2%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
66,617
-0.9%
All Share
72,665
-0.8%
Resource 10
62,846
-0.7%
Industrial 25
97,603
-0.8%
Financial 15
15,345
-0.9%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE