Share

Iyaqhubeka nokudlondlobala iDaily Sun

Johannemsburg - Iphephandaba eliphuma zinsuku zonke iDaily Sun isifinyelele esibalweni sabantu abangu-5.6 million abafunda leli phepha, kusho umbiko we-Ads24 ne-website yephephandaba.

"Yiso isibalo esiqondile lesi, sesihloliwe ngisho abe-All Media and Products Survey," kusho ongumxhumanisi wenkampani nabezindaba uDaya Coetzee, ekhulumela i-Ads24.

Ngokombiko we-Audit Bureau of Circulations of SA (ABC) wangoNovemba wonyaka odlule, ukudayiswa kweDaily Sun kwehla kusuka ku-336 319 kwaba ngu-291 132 wamakhophi.

OLUNYE UDABA: Iphephandaba liyalelwe ukuba lixolise kumkaZuma

Okwamanje angu-295 000 amakhophi adayiswa yileli phephandaba, ngokusho kwemenenja yeDaily Sun, engathandanga ukudalulwa igama.

UCoetzee uthe izinombolo eziphezulu zabantu abafunda iphepha zichaza ukuthi iphephandaba lilinye lingafundwa cishe ngabantu abangu-17.

"Iphepha kuyenzeka lifundwe umndeni wonke ngisho nabantu emsebenzini nabo bayadluliselana iphepha,” esho.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 349 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 727 votes
Vote
Rand - Dollar
19.17
-0.1%
Rand - Pound
23.87
-0.2%
Rand - Euro
20.45
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.31
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.1%
Platinum
936.70
-1.4%
Palladium
1,009.50
-1.9%
Gold
2,380.70
+0.1%
Silver
28.30
+0.2%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,016
-0.3%
All Share
73,070
-0.3%
Resource 10
63,105
-0.3%
Industrial 25
98,239
-0.2%
Financial 15
15,430
-0.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE