Share

Izibalo zithi linyukile elokuqashwa kwabantu

Johannemsburg - Sinyuke sisuka ku-8.5 million ngoMashi 2014 saba ngu-8.6m ngoJuni 2014 isibalo sabantu abathole imisebenzi kuleli, ngokusho kombiko weStatistics SA ngoMsombuluko.

"Lokhu kusho ukuthi besikhula ngo-155 000 isibalo sabantu abathola umsebenzi njalo ngekota. Okusho ukuthi bangu-229 000 abantu abathole imisebenzi phakathi kukaJuni 2013 noJuni walo nyaka,” ngokusho kombiko iQuarterly Employment Statistics (QES).

"Inyukile futhi nemali ebiholelwa abasebenzi phakathi kukaMashi noJuni 2014.”

Lolu cwaningo lwenziwe kuzona zonke izimboni, ngaphandle kweyolimo.

OLUNYE UDABA: Sakhe amathuba omsebenzi amaningi - Zuma

Umbiko uqhuba ngokuthi ingu-R409 billion imali esiholelwe abasebenzi kulesi sikhathi okukhulunywa ngaso.

Kuphinde kwavela ukuthi imiholo nezinye izibonelelo kunyuke ngo-3% phakathi kukaFebhuwari noMeyi nonyaka.

"Inhlolovo yangoJuni itshengise ukuthi isilinganiso esejwayelekile seholo simi ku-R15 169 ngenyanga,” kuqhuba iStats SA.




 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 433 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 919 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE