Share

'Izinkampani azenzi okwanele ngezinguquko'

Johannesburg – Izinkampani ezizimele azenzi okwanele ngezinguquko emphakathini, kusho iCongress of SA Trade Unions (Cosatu) ngoLwesithathu.

"Izibalo ezikhishiwe ziyakuqinisekisa ukuthi izinkampani aziyisebenzisi ngendlela inzuzo futhi azikukhathalele ukwenza izinguquko emphakathini,” kusho okhulumela iCosatu uPatrick Craven.

Ubephendula eqhathanisa izibalo zeStatistics SA kusukela ngo-1994 Okthoba kuze kube u-2014 ngemuva kokuba uPali Lehohla weStats SA ekhiphe umbiko ngoMsombuluko.

Phakathi kweziphumo kuvele nokuthi eminyakeni engu-20 eyedlule kubenoshintsho ekuqashweni kwabantu abamnyama abanamakhono.

Funda nalolu daba: Ayidutshwe ingabukwa iGenerations.

Ngo-1994, u-15% wabantu abamnyama ababenza umisebenzi edinga amakhono.

Lezi zibalo zikhuphuke zafinyelela ku-18% kuphela ngo-2014.

ICosatu ikholelwa ukuthi ukuthuthukiswa kwamakhono kuhambisana nohlelo lokwenziwa kwezinguquko.

ICosatu iphinde yanxusa ukuba kuqeqeshwe kabanzi othisha, abezolimo namanesi kuphinde kwenyuswe izinga ezifundweni zesayensi, izibalo nezobuchwepheshe.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 944 votes
No! It's time to move on ...
33% - 463 votes
Vote
Rand - Dollar
18.80
+1.1%
Rand - Pound
23.49
+1.3%
Rand - Euro
20.10
+1.5%
Rand - Aus dollar
12.28
+1.0%
Rand - Yen
0.12
+2.8%
Platinum
923.40
-0.2%
Palladium
957.50
-3.3%
Gold
2,336.75
+0.2%
Silver
27.20
-0.9%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE