Share

'Izinkampani zomshwalense ngeke zikhokhe ngokuzamazama'

Johanesburg - Zilinganiselwa kwezinhlanu izinkampani zomshwalense ezithi ngeke ziwukhokhele umonakalo owadalwa ukuzamazama komhlaba, ngokusho kocwaningo olukhishwe ngoLwesithathu.

"Siye kwezinye zezinkampani ezinkulu zomshwalense wezindlu sathola ukuthi ezinhlanu kwezingu-17 zizobachitha abantu abafuna ukunxeshezelwa ngesehlakalo sase-Orkney uma kutholakala ukuthi imayini yabanomthelela ekuzamazameni komhlaba,” kusho umhleli weJustmoney, u-Angelique Ruzicka.

Kulezi zinkampani ezinhlanu, ezintathu kuzona amabhange amakhulu amathathu, iStandard Bank, Absa noNedbank – kanye nezinkampani ezimbili ezigxile kwezomshalense kuphela, i-MUA ne-Addsure.

Ukuzamazama komhlaba okungu-5.5 magnitude kwahlasela esifundazweni saseNorth West ngo-Agasti 5, kanti ukuzamazama okukhulu kwakuse-Orkney.

Kulesi sehlakalo kwashona umlisa oyedwa kwalimala abavukuzi abangu-34. 




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 419 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 886 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent-ruolie
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE