Share

Kubalulekile ukulungiswa kweziphehli zikagesi - Eskom

Johannesburg - Inkampani ephehla ugesi kuleli u-Eskom ithi ngeke ikwazi ukwakha iziphehli zikagesi ezintsha uma ezindala zingaphathwa ngendlela, kusho isikhulu u-Andrew Etzinger ngoLwesine.

"Ukwakha iziphehli ezintsha akusizi ngalutho. Ngeke sikwazi ukusebenza ngokunganaki, kumele siqikelele ngaso sonke isikhathi ukuthi umsebenzi uqhubeka ngendlela,” esho engqungqutheleni iPowering African Industry, eNasrec, eSoweto.

U-Etzinger uthe kule minyaka eyisishiyagalombili u-Eskom awuzange usithole isikhathi sokuthi ulungise iziphehli, nokuyikhona okwabambezela iizinto.

OLUNYE UDABA: Ungase unqamuke ugesi ehlobo - Eskom

Ukuzilungisa ebusika kusisize kakhulu.

“Kubalulekile ukusebenzisana ukuze yonke into izohamba kahle.”

U-Etzinger uthe kubalulekile ukuthi abantu abasebenzisa ugesi bangazithathi njengamakhasimende, kepha babe ngophathina abasebenzisana nabo ekongeni ugesi.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 13 votes
Hardly - I prefer streaming online
68% - 460 votes
Sometimes - it depends on the film release
30% - 203 votes
Vote
Rand - Dollar
19.09
-0.4%
Rand - Pound
23.80
-0.5%
Rand - Euro
20.35
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.4%
Platinum
952.70
-0.0%
Palladium
1,039.00
+0.4%
Gold
2,384.27
+1.0%
Silver
28.44
+0.8%
Brent-ruolie
87.29
-3.1%
Top 40
67,414
+0.8%
All Share
73,482
+0.7%
Resource 10
63,729
+0.6%
Industrial 25
98,489
+0.7%
Financial 15
15,535
+1.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE