Share

Kucekelwe phansi impahla engombombayi

Johannesburg - Kwaba nezigameko ezingu-264 283 lapho izikhulu bezigasela khona zishaqe impahla engumbombayi, nokwaholela ekutholakaleni kwempahla yenani elingu-R438m, negcine ngokucekelwa phansi, kusho uMnyango wezoHwebo neziMboni.

"Ezinye zezinto ezashaqwa zibandakanya lezo ekade zamenyezelwa njengombulalazwe," kusho uNgqongqoshe woMnyango uRob Davies esitatimendeni.

UDavies uthe ukugasela kulona lonke leli phakathi kuka-2008 no-2014 kwabuya nempahla engumbombayi yenani lika-R438m.

"Kulezi zimpahla kubalwa izitofu zikaphalafini, neziyingozi kakhulu ekuqaleni umlilo ongathungela imililo engacekela phansi imizi, ikakhulukazi imijondolo, ngemizuzwana," esho.

Uthi iningi lalezi zitofu zakhiwa e-Asia bese zishushumbiselwa kuleli.

Inhloso enkulu yoMnyango ukuthi uvimbele ukungena kwezimpahla ezingumkokotelo kuleli, okubalwa nezinto ezisebenza ngogesi.

"Izikhulu zixwayisa ngokuthi ngiho ama-charger omakhalekhukhwini nawo angase abe yingozi."

Lezi zimpahla zilethwa kuleli uma zifeyilile e-Asia.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 21 votes
Hardly - I prefer streaming online
67% - 663 votes
Sometimes - it depends on the film release
31% - 302 votes
Vote
Rand - Dollar
19.18
-0.9%
Rand - Pound
23.86
-0.8%
Rand - Euro
20.43
-0.7%
Rand - Aus dollar
12.32
-0.6%
Rand - Yen
0.12
-0.7%
Platinum
951.90
-0.1%
Palladium
1,031.50
-0.3%
Gold
2,383.57
+0.9%
Silver
28.30
+0.3%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE