Share

Kudilike imayini engaphansi kwe-Impala Platinum

Harare – Kudilike iBimha Mine, okuyimayini enkulukazi yeZimbabwe Platinum Mines (Zimplats), engaphansi kwe-Impala Platinum ngo-87%, kanti kuzothatha izinyanga ezingu-15 ngaphambi kokuba ukusebenza kubuyele esimeni esijwayelekile.
 
Isikhulu esiphezulu u-Alex Mhembere sithe akulimalanga muntu ngenxa yokuthi basheshe bafika abezimo eziliphuthumayo batakula abantu futhi nomonakalo awumkulu kakhulu.

Uthe ukudilika kudalwe yisimo esingesihle somgodi.

"Inkinga yaqala ukubonakala ngo-2011 kodwa yalokhu iqhubeka njalo ngokuhamba kwesikhathi.” 

UMhembere uthe kusetshenziswe u-$6m  ukuzama ukubhekana nenkinga.

"Kodwa nakuba sekwenziwe imizamo engaka, kuqhubekile ukuguguleka.”  

Ingxenye yenkampani manje izovalwa kanjalo nalapho kudilike khona.

Ngenxa yalokhu, imikhiqizo eBimha Mine yehle ngo-50% .  

Okwamanje kuqagulwa ukuthi kuzothatha izinyanga ezingu-15 ukuba ukusebenza kubuyele esimeni esejwayelekile.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).



 

 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 962 votes
No! It's time to move on ...
33% - 466 votes
Vote
Rand - Dollar
18.76
+1.4%
Rand - Pound
23.43
+0.3%
Rand - Euro
20.08
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.25
+0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
924.10
-0.0%
Palladium
959.00
+0.1%
Gold
2,337.68
0.0%
Silver
27.19
-0.0%
Brent Crude
89.50
+0.6%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE