Johannesburg - Iningi lezinyunyana zabasebenzi bakahulumeni eNingizimu Afrika kulindeleke ukuba zamukele u-7% wokwenyuswa kwamaholo, kusho umthombo.
Isiphakamiso sikahulumeni sokugcina sika-7% kulindele ukuba lishone elangoLwesihlanu sesamukeliwe yizinyunyana zabasebenzi, nokusho ukuthi ngeke sisabonakala isiteleka ebesifufusa, kusho umthombo.
Funda nalolu daba: I-NUM ithembisa ngokulwisana nokudilizwa kwabasebenzi
Balinganiselwa ku-1.3 million othisha, amaphoyisa kanye nabasebenzi bezempilo abebevotela isiphakamiso sikahulumeni kuleli sonto.
"Singasho ukuthi nakanjani kuzosayinwa lingakashoni elanamhlanje,” kusho umthombo kwabeReuters.
– "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.