Johannesburg - AbakwaTobacco Institute of SA (Tisa), sebeshayele uNgqongqoshe wezeziMali ihlombe ngemuva kwesimemezelo sakhe sesabelomali sonyaka.
UNgqongqoshe uNhlanhla Nene ukhulume wathiintela kagwayi izokuba ku-52%.
"Emazweni amanigni emhlabeni, intela kagwayi yiyo engenisela uhulumeni imani eningi. Abantu abashushumbisa ugwayi yobo abagcina behlomula njengoba ingekho intela abayikhokhayo,"kusho isikhulu esiphezulu kwaTisa uFrancois van der Merwe.