Share

Kuyihambela kahle iHeineken e-Afrika nase-Asia

Johannesburg - IHeineken NV ithi isimo sezulu esingesihle kanye nokuntenga komnotho e-Europe kube nomthelela ekutheni yenze inzuzo esigabeni sesithathu sonyaka, nakuba ukuthengwa kwemikhiqizo yabo emazweni esathuthuka kunyuke kakhulu.

IDutch Brewer ngoLwesithathu ibike ukuthi ingenelwe imali engu-460 million euros (R645 million), isuka ku-483 million euros wesikhathi esifanayo ngonyaka odlule.

Funda nalolu daba: Amehlo abheke kuNene ngesabelomali.

Ukuthengiswa kwemikhiqizo kwehle ngo-1.5% kwafinyelala ku-10 billion euros.

Isikhulu esiphezulu uJean-Francois van Boxmeer uthe ukube le nkampani ayithengisanga ezinye izinkampani ezingaphansi kwayo futhi ukube nesimo somnotho besingconywana, ngabe ukuthengiswa kwemikhiqizo kwenyuke ngo-0.2%.

E-Eastern Europe ukuthengwa kwemikhiqizo kwehle ngo-8.5%, kanti emazweni aseMelika kunyuke ngo-2%, e-Africa kunyuke ngo-3.6%, kanti e-Asia kunyuke ngo-10%.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
65% - 482 votes
No! It's time to move on ...
35% - 264 votes
Vote
Rand - Dollar
19.01
+1.1%
Rand - Pound
23.79
+0.7%
Rand - Euro
20.40
+0.8%
Rand - Aus dollar
12.40
+0.7%
Rand - Yen
0.12
+1.2%
Platinum
925.50
+1.5%
Palladium
989.50
-1.5%
Gold
2,331.85
+0.7%
Silver
27.41
+0.9%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,437
-0.2%
All Share
74,329
-0.3%
Resource 10
62,119
+2.7%
Industrial 25
102,531
-1.5%
Financial 15
15,802
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE