Share

Kwenziwa uphenyo ngezinombolo ze-lotto ezifanayo

Johannesburg - Inkampani entsha eyengamele i-lotto kuleli, i-Ithuba, yenza uphenyo mayelana nokuthi kwenzeka kanjani ukuthi umlisa wase-Eastern Cape athenge izinombolo ze-Lotto nezePowerball ezifanayo ngohlelo lwe-quickpick.

UKuselo Mtyamde, 56, wase-East London ungumuntu othanda ukudlala iLotto kodwa lokhu sekumshiye nemibuzo ngobuqotho ekugembuleni ngemuva kokuthenga izinombolo ze-lotto ezikhethwa umshini (quickpick) ezifanayo ezitolo ezahlulekeme futhi ngezinsuku ezingafani.

UMtyamde wathenga izinombolo eziyisikhombisa ze-quickpick Lotto nezePowerball ezitolo ezahlukene phakathi kowenyanga kukaJuni nekaJulayi.

Kwi-quickpick umuntu akazikhetheli ngokwakhe izinombolo kodwa ukhethelwa umshini.

Funda nalolu daba: Bayanda abazifela ngokuthenmga kuma-website ocansi eSA

Lo mlisa ubuza ukuthi ngabe ukhona yini umuntu ongamnika incazelo ngalokhu.

Uthi selokhu abona lento akaphindanga nhlobo wafuna ukukhethelwa umshini izinombolo kodwa usezikhethela yena, DispatchLive.

Okhulumela i-Ithuba, u-Anda Ngani, uthe: “Ithuba zonke izikhalazo zabantu iyazibhekisisa. Lolu daba siphezu kwalo kumanje, sizonazisa ukuthi kwenzakalani.”

 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 375 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 515 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.2%
Rand - Pound
23.90
-0.0%
Rand - Euro
20.43
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.1%
Platinum
908.50
+1.3%
Palladium
1,017.25
+1.5%
Gold
2,221.02
+1.2%
Silver
24.85
+0.9%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.8%
Resource 10
57,251
+2.8%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE