Share

Kwesule isikhulu sakwa-SAA ebesimisiwe emsebenzini

Cape Town – Kwesule isikhulu esiphezulu sakwaSouth African Airways esisamisiwe emsebenzini uMonabisi Kalawe ngokusho kombiko.

Ngokubika kweFin24 okhulumela i-SAA uTlali Tlali uthe le nkampani yezindiza noKalawe bafike esivumelwaneni sokuthi uKalawe asule esikhundleni sakhe sokuba yiChief Executive Officer nokuba uMqondisi kule nkampani ngokushesha ngakho asisekho isidingo sokuqhubeka nohlelo lokuqondiswa izigwegwe.

OLUNYE UDABA: ISABC izosidlulisela phambili esokumisa uMotsoeneng

Lokhu kuqhamuka ngemuva kokuba uKalawe ehlulekile ukumisa uhlelo lokuqondiswa kwakhe izigwegwe nokuguqula ukumiswa kwakhe kwiNkantolo yesiSebenzi eGoli ngoLwesihlanu olwedlule.

“Ngesikhathi kuqhubeka uhlelo lokuqondiswa izigwegwe zombili izinhlaka ezithintekayo zivumelene ukuthi ubudlelwano besisebenzi uMnu Kalawe nomqashi i-SAA akusekho ukuthembana phakathi kwazo.

Okuholele ekutheni uMnu Kalawe asule ezikhundleni zakhe,” kusho uTlali kwisitatimende. 

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

          - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 526 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 739 votes
Vote
Rand - Dollar
18.89
+0.2%
Rand - Pound
23.83
+0.3%
Rand - Euro
20.36
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.31
+0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE