Share

'Lindelani ukucima kukagesi kuleli sonto'

Cape Town – Njengoba abasebenzi abakha esikhungweni esiphehla ugesi eMedupi beqhubeka nokubamba isiteleka ngoMsombuluko, maningi amathuba okuba ucime ugesi kuleli sonto, ngokusho akwabaka-Eskom.

Abasebenzi bayaqhubeka nokuteleka njengoba beseka abasebenzi abalinganiselwa kwabangu-1 700 abaxoshwa noma ababhekene nokuqondiswa izigwegwe kulandela isiteleka abasibamba ngoMashi 25, kusho iNational Union of Metalworkers of SA (Numsa).

USteve Nhlapo weNumsa, ngoMsombuluko utshele abeFin24 ukuthi ivalwe thanqa iMedupi.

Funda nalolu daba:  Siwumkokotelo isitembu sakwaSABS kwesika-DJ Sbu.

UNhlapo uthe iNumsa kanye nabaholi bakwa-Eskom eMedupi kulindeleke bahlangane ngenhloso yokudingida lolu daba, ngo-16:00 kuzobe sekumenyezelwa okuphunywe nakho emhlanganweni.

Onjiniyela batshele abaphathi ukuthi ugesi uzoba ngaphansi kwengcindezi isonto lonke ngenxa yezinhlelo ezihleliwe kanye nezinkinga ezingahleliwe, kusho uKhulu Phasiwe.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
65% - 395 votes
No! It's time to move on ...
35% - 214 votes
Vote
Rand - Dollar
19.04
+0.9%
Rand - Pound
23.78
+0.7%
Rand - Euro
20.40
+0.8%
Rand - Aus dollar
12.38
+0.9%
Rand - Yen
0.12
+1.0%
Platinum
916.60
+0.5%
Palladium
981.50
-2.3%
Gold
2,333.98
+0.8%
Silver
27.37
+0.8%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,363
-0.3%
All Share
74,263
-0.3%
Resource 10
62,166
+2.9%
Industrial 25
102,220
-1.7%
Financial 15
15,816
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE