Share

Liphansi kakhulu elokuqashwa kwabamnyama abanamakhono

Johannesburg – Lenyukile izinga lokwakheka kwamathuba emisebenzi kuleli kusukela ngo-1994 kanti abantu abamnyama yibo abahlomula kakhulu, kusho iHhovisi likaMengameli ngoMsombuluko.

Liphindeke kabili inani labantu abamnyama abathole imisebenzi, kusho iSekela likaNgqongqoshe kuleli hhovisi, uButi Manamela.

"Emathubeni angu-6 million emisebenzi eyakhekile, engu-5.3 million kuyona itholwe ngabantu abamnyama,” esho.

OLUNYE UDABA: Kuzokwakheka amathuba omsebenzi - Zuma

UManamela ubebhekise embikweni omayelana nokuqashwa kwabantu abanamakhono kanjalo nalabo abantula umsebenzi kuleli kule minyaka engu-20 eyedlule.

Lo mbiko uhlanganiswe ngabeStatistics SA.

Izibalo ziqhuba ngokuthi linyuke ngo-26% inani lokuqasheka kwabantu abanamakhono emphakathini ongamaNdiya, kwathi ebelungwini laba ngu-19%, emakhaladini ngu-11% kwathi ebantwini abamnyama lama ku-3%.

UManamela uthe uma bezicubungulisisa kahle lezi zibalo, ikakhulukazi entsheni emnyama, ziyakhathaza kakhulu.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 877 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 921 votes
Vote
Rand - Dollar
19.16
-0.3%
Rand - Pound
23.83
-0.2%
Rand - Euro
20.48
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.46
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.2%
Platinum
921.40
+0.1%
Palladium
1,026.50
+0.1%
Gold
2,314.47
-0.3%
Silver
27.10
-0.8%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,521
+0.7%
All Share
74,488
+0.7%
Resource 10
59,636
+0.0%
Industrial 25
104,286
+1.4%
Financial 15
15,911
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE