Share

Mancane amathuba okuhamba kukagesi - Eskom

Cape Town – Inkampani ephehla iphinde iphakele leli ngogesi u-Eskom ithe mancane kakhulu amathuba okuthi kucinywe ugesi ngenxa yokuthi awukho ngaphansi kwengcindezi.

"Ezinye zeziphehli ebezinenkinga ngoMsombuluko sezilungile manje, nokusize ukuthi ugesi ungasindwa kakhulu,” kusho le nkampani ibhala enkundleni yezokuxhumana uTwitter.

OLUNYE UDABA: Usuqalile ukucima ugesi namhlanje

U-Eskom uthe uthanda ukuxolisa ngesimo sangoMsombuluko esidinge ukuthi kucinywe ugesi ngokushesha ebusuku.

"Lokhu kudalwe yinkinga edalwe ukufa kweziphehli, nokuholele ekutheni ugesi ushode ngo-1000MW.

"Ezinye zeziphehli zikwazile ukuthi zilungiswe ebusuku.”

U-Eskom ucime ugesi ngaphansi kukaStage 1 ngoMsombuluko ngo-17:38.

 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 296 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 626 votes
Vote
Rand - Dollar
19.22
-0.3%
Rand - Pound
23.90
-0.3%
Rand - Euro
20.47
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.32
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.4%
Platinum
941.20
-1.0%
Palladium
1,004.00
-2.5%
Gold
2,377.68
-0.1%
Silver
28.19
-0.1%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
66,708
-0.7%
All Share
72,758
-0.7%
Resource 10
62,826
-0.7%
Industrial 25
97,802
-0.6%
Financial 15
15,379
-0.7%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE