Share

Maningi amaqembu afuna ukusijoyina - UF

Johannesburg - Sekunamaqembu ezombusazwe atshengise intshisekelo ekutheni ajoyine i-United Front, kusho iNational Working Committee ngoLwesine.

"Bazwakalise ukuthi bangathanda ukusebenzisana nathi,” kusho ilungu le-NWC uDinga Sikwebu etshela izintatheli eGoli.

"Angaphezu kwamahlanu amaqembu asezwakalise ukuthi afuna ukujoyina i-UF.”

Nokho-ke le nhlangano ithe isadla amathambo engqondo mayelana nokuzibandakanya namanye amaqembu ezepolitiki.

OLUNYE UDABA: Basekhona abantu abalungile ku-ANC – Numsa

Le nhlangano ithi isadingida ukuthi ngabe kungumqondo omuhle yini ukuthi ingenele ukhetho lohulumeni basekhaya lwangonyaka ozayo.

I-UF yabunjwa yiNational Union of Metalworkers of SA kulandela ukunquma ukuthi iyayeka ukweseka i-African National Congress ngo-2013.

Le nyunyana yaxoshwa kuCongress of SA Trade Unions, ngonyaka odlule.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 71 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 154 votes
Vote
Rand - Dollar
19.24
-0.4%
Rand - Pound
23.86
-0.2%
Rand - Euro
20.45
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.31
-0.0%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
948.20
-0.2%
Palladium
1,023.50
-0.6%
Gold
2,381.89
+0.1%
Silver
28.22
-0.0%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,190
0.0%
All Share
73,271
0.0%
Resource 10
63,297
0.0%
Industrial 25
98,419
0.0%
Financial 15
15,480
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE