Share

Maningi amathuba okuhamba kukagesi - Eskom

Cape Town – Aphakathi nendawo amathuba okucima kukagesi ekuseni ngoLwesinili bese eba phezulu ebusuku, kanti konke kuzoncika eziphehlini zikagesi, kusho u-Eskom.

U-Eskom, omise ukucima kukagesi ngaphansi kukaStage 1 ngo-21:46 ngoMsombuluko, uthe ugesi usengaphansi kwenkulu ingcindezi nokuyinto okulindeleke idonse isonto lonke.

Abantu baseNingizimu Afrika bathwele kanzima ngokuhamba kukagesi kusukela kuqale lo nyaka, nokuyisimo esingakaze sibonakale kusukela ngo-2008.

OLUNYE UDABA: Luyaqhubeka uhlelo lokucima ugesi

U-Eskom uthi uzama ukulungisa iziphehli khona uzoba nesiqiniseko sokuthi ugesi uzoba khona ngokuhamba kwesikhathi.

Le nkampani ibe isinxusa amakhasimende ukuba onge ugesi ukuze nayo ingaphoqeleki ekutheni icime ugesi isikhathi eside.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 18 votes
Hardly - I prefer streaming online
68% - 600 votes
Sometimes - it depends on the film release
30% - 266 votes
Vote
Rand - Dollar
19.12
-0.6%
Rand - Pound
23.84
-0.7%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.32
-0.7%
Rand - Yen
0.12
-0.5%
Platinum
960.20
+0.8%
Palladium
1,035.50
+0.1%
Gold
2,382.76
+0.9%
Silver
28.44
+0.8%
Brent-ruolie
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE