Share

Ngeke sidansele isigingci sabalingisi – SABC

Johannemsburg - Inhlangano yezokusakaza kuleli i-SABC ithi ngeke ivumele ukuthi idonswe ngekhala ngabalingisi, kusho isikhulu uHlaudi Motsoeneng ngoLwesihlanu.

"Ngeke sizwe ngabo. Ngisho noma kungathiwa kukhona ukungaboni ngasolinye lokho akusho ukuthi abangezi emsebenzini,” esho etshela izintatheli eGoli.

Usho lokhu ebhekise kubalingisi beGenerations abangu-16 abaxoshwa ngesonto eledlule ngemuva kokungena esitelekeni esingavikelekile.

La balingisi bathi i-SABC nenkampani abaqopha ngaphansi kwayo bahluleka ukufeza izethembiso abazenza ngesikhathi kunesiteleka ngonyaka odlule.

UMotsoeneng uthe ngeke lo msakazeli womphakathi ngeke usivumele “isiphithiphithi”.

"Uma kunezinto ezingakuphethe kahle awuvele nje unqume ukungayi emsebenzini.”

Uthe uyaziqonda izikhalazo zabalingisi kepha kumele baphindele emsebenzini ukuze kuzoboniswana.

Uthe inkampani kaMfundi Vundla, i-MMSC, inenkontileka ne-SABC ngakho kumele iqhube umsebenzi.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
65% - 388 votes
No! It's time to move on ...
35% - 213 votes
Vote
Rand - Dollar
19.05
+0.9%
Rand - Pound
23.81
+0.6%
Rand - Euro
20.41
+0.7%
Rand - Aus dollar
12.39
+0.8%
Rand - Yen
0.12
+1.0%
Platinum
917.50
+0.6%
Palladium
985.50
-1.9%
Gold
2,341.77
+1.1%
Silver
27.52
+1.3%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,332
-0.4%
All Share
74,172
-0.5%
Resource 10
62,213
+2.9%
Industrial 25
102,238
-1.7%
Financial 15
15,772
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE