Share

Okusha ngesikhalazo nge-Ocean Basket

Johannesburg - Isitolo esidayisa ukudla okudotshwayo, i-Ocean Basket, sesiyalelwe ukuba sishintshe uhlu lwezidlo ezitholakala khona kulandela isikhalazo esafakwa yikhasimende.

ULisanne Brits wafaka isikhalazo ku-Advertising Standards Authority of SA (ASA) ekhala ngokuthi lesi sitolo sidayisa izinhlanzi zasemfuleni, hhayi ezasolwandle njengokusho kwaso.

UBrits uthi wathenga iPlatter for 2, esikhundleni sokufakelwa inhlanzi edotshwe olwandle wafakelwa inhlanzi yaseVietnam etholakala emfuleni.

OLUNYE UDABA: I-Icasa idlulise isikhalazo se-DA

I-Ocean Basket yaziphendulela ngokuthi ayikaze isho ukuthi idayisa izidlo ezitholakala olwandle kuphela, njengoba kade yaqala ukudayisa izinhlanzi ezitholakala emfuleni.

Lesi sitolo siyalelwe ukuba sishintshe ama-menu ungakashayi u-Ephreli 30.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 268 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 372 votes
Vote
Rand - Dollar
18.97
-0.3%
Rand - Pound
23.99
-0.4%
Rand - Euro
20.51
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.36
-0.0%
Rand - Yen
0.13
-0.4%
Platinum
906.75
+1.1%
Palladium
1,015.63
+1.4%
Gold
2,209.38
+0.7%
Silver
24.63
-0.1%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,240
+0.8%
All Share
74,437
+0.7%
Resource 10
57,023
+2.5%
Industrial 25
103,861
+0.6%
Financial 15
16,492
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE