Share

Omasipala bakuleli bakweleta izigidi ngamanzi

Cape Town – Omasipala baseNingizimu Afrika bakweleta izinkampani zamanzi imali engafinyelela ku-R2.1bn kanti omasipala baseFree State bona nje kuphela bakweleta imali ecishe ifinyelele ku-R1bn, kusho uNgqongqoshe wezokubuBusa ngokuBambisana nezoMdabu uPravin Gordhan etshela iPhalamende.

Omasipala baseWestern yibona abakweleta imali encane – engu-R372 000, iFree State ikweleta u-R971.8m, omasipala baseMpumalanga yibona abalandelayo ngesikweltu esikhulu njengoba bekweleta u-R357m bese kuthi abaseLimpopo bakwelete u-R323m.

Funda nalolu daba: Kushoda amanzi eGoli namaphethelo.

Omasipala baseNorth West bakweleta u-R254m kanti abaseNorthern Cape bakweleta u-R76m.

AbaseGauteng bakweleta uR46.6m, i-Eastern Cape R42m bese kuthi iKwaZulu-Natal yona ikwelete u-R9.4m.

Embuzweni obubhalwe phansi ubhekiswe kuGordhan, ilungu le-ANC ePhalamende uNokukhanya Mthembu, belibuze ukuthi omasipala bakweleta malini ngamanzi nokuthi yiziphi izinyathelo ezithathwa umnyango wakhe ukulungisa le nkinga.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 939 votes
No! It's time to move on ...
33% - 457 votes
Vote
Rand - Dollar
18.82
+1.1%
Rand - Pound
23.51
+1.2%
Rand - Euro
20.14
+1.3%
Rand - Aus dollar
12.30
+0.8%
Rand - Yen
0.12
+2.4%
Platinum
921.60
-0.4%
Palladium
962.50
-2.8%
Gold
2,338.16
+0.3%
Silver
27.27
-0.6%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE