Share

Osomabhizinisi bakujabulele ukuhlala kweScotland

London – Osomabhizinisi abehlukene baseBrithani sebekushayele ihlombe ukuthi iScotland isazoqhubeka nokuba ngaphansi kwe-UK ngemuva kokuvotwa okwenzeke ngoLwesine.

Ngokombiko kwe-Fin24 iningi losomabhizinisi namazwe ahlukene abekhathazekile ngokuthi uma kwenzeka iScotland sigcina sizimela kungakhubaza umnotho.

Kubikwa ukuthi ngesikhathi kusaqala imikhankaso yokuthi leli lizwe lizimele umnotho uke wathi ukutengatenga kwazise abatshali bezimali babe nokwesaba ngalokhu.

OLUNYE UDABA: Kugwetshwe owakuleli ngelokubulala e-UK

IScotland yizwe elaziwayo ngowoyela nokuyinto elinobudlelwano obuhle namanye amazwe angaphansi kwe-EU.

Ukuzimela kweScotland kusue itwetwe nasezinhlakeni ezahlukene okubalwa kuzo namabhange ombuso abengazi ukuthi azokwenzenjani uma umphumela uvune iScotland.

Kuzokhumbuleka ukuthi bekunomkhankaso kaYES obuvuna iScotland sizimele nokaNO obuseka ukuthi siqhubeke nokuba ngaphansi kwe-UK. 

Osomabhizinisi basijabulele isinqumo esithi leli lizwe lisazoqhubeka nokuba yingxenye ye-UK njengoba kusho ukuthi akukho okozoshintsha.


   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

     - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 492 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 522 votes
Vote
Rand - Dollar
19.11
+0.4%
Rand - Pound
23.80
-0.4%
Rand - Euro
20.46
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.40
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
920.40
-1.1%
Palladium
1,026.50
+1.1%
Gold
2,322.61
-0.2%
Silver
27.34
+0.6%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
68,051
+0.8%
All Share
74,011
+0.6%
Resource 10
59,613
-2.2%
Industrial 25
102,806
+1.7%
Financial 15
15,897
+1.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE