Johannesburg – INkantolo eNkulu yaseSouth Gauteng, eGoli, isichithile isicelo seNetcare sokuvimbela ikhomishana ukuba isebenzise iKPMG ophenyweni lwayo.
Ngesikhathi
ibeka izizathu zayo, iNetcare [JSE:NTC] ikhale ngokuthi iKPMG yake yabenzela ucwaningo
mabhuku phambilini ngakho kunemiqulu eminingi eyimfihlo esezandleni zayo.
Inkantolo kodwa ithe isichithile isicelo yaphinde yathi kumele iNetcare ikhokhele izindleko zenkantolo, kusho okhulumela ikhomishana, uMava Scott.
‘Siyasamukela isinqumo senkantolo.’ – "Like"
ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.