Share

Simanzonzo isimo ngesiteleka sasePosini

Johannesburg – Amaphoyisa aqaphe isimo endaweni yaseKrugersdorp ngemuva kokuba abasebenzi belimaze isakhiwo sasePost Office.

Kukholakala ukuthi abantu abangu-100 baphose amatshe kulesi sakhiwo nasezimotweni ebezipakile ngaphandle.

Kulimale abantu abathathu ngemuva kokushaywa.

OLUNYE UDABA: Sibukeka sisazoqhubeka isiteleka sasePosini

Abasebenzi sebeteleke izinyanga ezintathu njengoba abayitoho befuna ukuqashwa ngokuphelele kanti abanye bafuna ukukhushulelwa amaholo ngamaphesenti angu-15.

Lesi siteleka sesidale umonakalo omkhulu besabisa nalabo abangatelekile, kubika abe-Eyewitness News.

Okhulumela amaphoyisa u-Appel Ernst uthi amaphoyisa asiqaphile isimo njengoba ababhikishi benza umonakalo.

Abaphathi basePost Office nalabo abamele abasebenzi abatelekile baphezu kwezingxoxo zokuzama ukuqeda isiteleka.

Abenyunyana iCommunications Workers Union bathi abaphathi sebeke esinye isiphakamiso etafuleni.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                      

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
What is a non-negotiable when considering the election manifestos from various parties?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
A solid plan for load shedding
15% - 438 votes
Bold climate change objectives
1% - 30 votes
Roadmap for economic recovery
51% - 1509 votes
Solutions to SA's crime crisis
33% - 973 votes
Vote
Rand - Dollar
19.00
-0.5%
Rand - Pound
23.95
-0.2%
Rand - Euro
20.50
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.35
+0.0%
Rand - Yen
0.13
-0.5%
Platinum
895.30
-0.2%
Palladium
991.47
-1.0%
Gold
2,193.25
-0.1%
Silver
24.44
-0.8%
Brent-ruolie
86.09
-0.2%
Top 40
67,836
+0.2%
All Share
74,046
+0.2%
Resource 10
56,127
+0.8%
Industrial 25
103,468
+0.2%
Financial 15
16,484
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE