Share

Sizodiliza abelungu uma i-ANC inqoba - Cosatu

Cape Town - ICosatu eWestern Cape ithi kuzomele kudilizwe ngaphezu kwengxenye yabasebenzi bakahulumeni abamhlophe kuhulumeni wesifundazwe – ungakapheli unyaka wokhetho.

“Kumele kuqedwe nya ngokuthi abelungu kube yibo abahamba phambili ngemisebenzi,” kusho uNobhala weCosatu esifundazweni uTony Ehrenreich etshela iCape Argus ngoLwesithathu.

Uthe uma i-ANC idla umhlanganiso wokuphatha isifundazwe okhethweni oluzayo, iCosatu izocela i-ANC ukuba yenze izinguquko.

 “Izibalo zakamuva esinazo zitshengisa ukuthi izikhundla eziphezulu ziqhoqhobelwe ngu-57% wabelungu kulesi sifundazwe,” esho wathi uhlelo lukasenzangakhona kumele lungenelele.

Uthe abelungu benza u-16% qha wabantu kulesi sifundazwe.

Ngokwezibalo zango-2011, isibalo samakhaladi sehla saba ngu-53.9% saya ku-49.6% ngo-2011 eWestern Cape, kwathi abelungu behla besuka ku-18.4% baba ngu-16%.

Abantu abamnyama benyuka besuka ku-26.7% baya ku-33.4%.

“Lokhu kuchaza ukuthi abelungu baningi kakhulu ngokwemigomo ebekiwe eWestern Cape – ngakho singasho nje ukuthi ingxenye yabelungu abasezikhundleni kuyodingeka ukuthi badilizwe,” kuchaza u-Ehrenreich.

La belungu kuzomele badedele abantu abamnyama nabo abaneziqu ezifana nezabo, esho.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
65% - 598 votes
No! It's time to move on ...
35% - 319 votes
Vote
Rand - Dollar
19.01
+0.0%
Rand - Pound
23.79
+0.0%
Rand - Euro
20.40
+0.0%
Rand - Aus dollar
12.44
-0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.3%
Platinum
933.40
+0.9%
Palladium
995.00
+0.5%
Gold
2,339.75
+0.3%
Silver
27.61
+0.7%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
68,437
0.0%
All Share
74,329
0.0%
Resource 10
62,119
0.0%
Industrial 25
102,531
0.0%
Financial 15
15,802
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE