Share

UMax du Preez ujoyine iNews24

Cape Town - Lowo owayebhala izingosi kwa-Independent Newspapers, uMax du Preez, uzojoyina iNews24, kusho umhleli wezindaba omkhulu u-Andrew Trench ngoLwesine.

"Sijabule kakhulu ngokukwazi ukunikeza uMax ‘ikhaya’. Umlando wakhe wokumela iqiniso, ukubhala ngendlela enobuchule kanye nobuntatheli bakhe obujulile yikho okumenza abe ngomunye wezikhondlakhondla kulo mkhakha,” esho esitatimendeni.

UDu Preez uzobhala ingosi masonto onke, ingosi yakhe yokuqala izoshicilelwa ngoLwesibili.

UDu Preez uthe uzizwa ehloniphekile ukunikezwa ithuba yiNews24.

OLUNYE UDABA: UClaire Mawisa ujoyine esikaGareth Cliff

"Ngizokwenza konke okusemandleni ami ukuqinisekisa ukuthi izingxoxo zami nabafundi beNews24 zizovusa inkulumompikiswano ephusile.”

UDu Preez wesula e-Independent Newspapers ngemuva kokuthi le nkampani ixolisile ngengosi ayibhala egxeka uMengameli Jacob Zuma.

Wabe esegxeka umhleli omkhulu e-Independent, uKarima Brown, ngokuzincengela kuZuma ne-ANC.

 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter



We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 1024 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 1088 votes
Vote
Rand - Dollar
19.21
-0.5%
Rand - Pound
23.95
-0.7%
Rand - Euro
20.56
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.48
-0.7%
Rand - Yen
0.12
-0.2%
Platinum
912.40
-0.8%
Palladium
1,005.00
-2.1%
Gold
2,314.58
-0.3%
Silver
27.17
-0.5%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,574
+0.8%
All Share
74,514
+0.7%
Resource 10
60,444
+1.4%
Industrial 25
104,013
+1.2%
Financial 15
15,837
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE