Share

UMengameli uqoke uKhomishana omusha wakwaSars

Pretoria – UMengameli Jacob Zuma uqoke uThomas Swabihi Moyane njengoKhomishana omusha weSouth African Revenue Services (Sars).

Ngokubika kwezindaba ze-SABC uMengameli uqoke uMoyane ngaphansi kwesigaba sesithupha somthetho wakwa-Sars sango-1997 kanti ukuqokwa kwakhe kulindeleke aqale ukusebenza ngomhlaka 27 kuSepthemba 2014.  

UMayane ubesebenza njengomeluleki  kwaState Inforamtion Technology Agency (Sita) kanti ngokweziqu unguSomnotho.

OLUNYE UDABA: I-Sars iqoqe intela engaphezulu kwebilindelekile

Kubikwa ukuthi uneziqu zeBsc Econmics azithole eNyuvesi yase-Eduardo Mondlane e-Mozambique nezinye iziqu azithole ezikhungweni zemfundo ephakeme ezahlukene.  

Ngesikhathi esekudingisweni uke wasebenzela uhulumeni waseMozambique  kanti useke wasebenzela neminyango eyahlukene kuhulumeni wakuleli. 

Umbiko uveza ukuthi uMoyane unesipiliyoni esingaphezulu kweminyaka engu-30 emkhakheni ophathele nezomnotho nezimali.  

Kuthiwa uMoyane ubonge uMengameli noNgqongqoshe weziMali kuleli uNhlanhla Nene ngokumnika ithuba lokuphatha isikhungo sakwaSars.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

     - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 401 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 838 votes
Vote
Rand - Dollar
19.08
+0.4%
Rand - Pound
23.61
+0.9%
Rand - Euro
20.34
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.26
+0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
941.60
-0.9%
Palladium
1,019.50
-1.0%
Gold
2,394.52
+0.6%
Silver
28.69
+1.6%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE