Share

UMnyango ufuna isixazululo ngolwabadayisi

Johannesburg – UMnyango wezokuThuthukisa koMnotho eGauteng uthe indaba yosomabhizinisi abathengisa emgwaqweni iseqhulwini ngoba idlala endima ebalulekile emnothweni wesifundazwe.

Ngokubika kwezindaba ze-SABC uNgqongqoshe walo mnyango uLebohang Maile ubebambe umhlangano womasipala abahlukene nazozonke izinhlaka ezimele labo somabhizinisi abasafufusa ngeSonto. 

OLUNYE UDABA: 'Bakhombisa intshisekelo osomabhizinisi bakuleli'

Kubikwa ukuthi inhloso yalo mhlangano bekuwuqhamuka nesixazululo labo somabhizinisi abanamatafula okudayisa emgwaqweni ezinkingeni ababhekene nazo nomasipala abadayisa ngaphansi kwabo.  

Okhulumela lo mnyango uPhindile Kunene uthe abadayisi basemgwaqweni kudingakala indlela yokusebenzisana nabo. 

“Kubalulekile ukuthi sixhumane nabadayisi abanamatafula emgwaqweni ukuze sakhe indlela yokusebenza ngokubambisana ndawonye ngaphandle kokuthi kube khona ohlukumezayo,” kusho uKunene enanela ngokuthi umnyango uzimisele ukufika esixazululweni ezinkingeni abadayisi anamatafula okudayisa emgwaqweni abahlangabezana nacho. 

 

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 834 votes
No! It's time to move on ...
33% - 411 votes
Vote
Rand - Dollar
18.86
+0.8%
Rand - Pound
23.61
+0.8%
Rand - Euro
20.24
+0.8%
Rand - Aus dollar
12.33
+0.6%
Rand - Yen
0.12
+1.5%
Platinum
924.50
-0.1%
Palladium
974.00
-1.7%
Gold
2,346.27
+0.6%
Silver
27.56
+0.5%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,117
+1.0%
All Share
75,072
+1.0%
Resource 10
62,655
+0.9%
Industrial 25
103,707
+1.2%
Financial 15
15,949
+0.9%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE