Share

UWoolworths awenzanga ngendlela ebilindelekile

Johannesburg – Kubikwa ukuthi inzuzo yakaWoolworths ibephansi ngo-10% kulokho obekuqaguliwe ngenxa yokuthi yasuke yathenga inkampani yase-Australia, iDavid Jones.

Inkampani yakwaWoolworths ithe amanani amasheya ngalinye ehle ngo-360 cents, nokungaphansi kuka-389c owawuqagulwe abahlaziyi abangu-14 ocwaningweni olwenziwa yiReuters.

Inkampani yakwaWoolworths, esanda kuthenga isitolo esingesesibili ngobukhulu sase-Australia, iDavid Jones, ithe ukuthengwa kwemikhiqizo kwenyuke ngo-14.4% kwafinyelela ku-R39.5bn.

Kunzima ezitolo zaseNingizingizimu Afrika ukuthi kwenyuke ukuthengwa kwemikhiqizo njengoba amakhasimende ezibamba ekuthengeni ngenxa yezikweletu abanazo, yizinga eliphezulu labantu abangasebenzi kanye namanani aphezulu kaphethiloli nawezinto zokuthutha.

Kodwa uWoolworths, osebenza ngendlela efanayo nenkampani yaseBrithani iMarks & Spencer, wenza kangconywana ngoba iningi lamakhasimende awo lingabantu abahola kangcono.

Amasheya enkampani yakwaWoolworths enze inzuzo  ezinyangeni ezingu-12 ezedlule, kanti yenze kahle kakhulu uma kuqhathaniswa neMassmart nezinye izinkampani.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 420 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 892 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE