Share

Udla lubi umkhuba wokudunwa kwamaloli

Durban - Angaphezu kuka-1 100 amaloli asethunjiwe kuleli laseNingizimu Afrika, kusukela kuqale unyaka, kanti lukhulu uvalo olukhona kubanikazi bezitolo ababhekene nebhizi yokugcwalisa impahla njengoba kuza isikhathi sikaKhisimusi.

Ngokusho kwabakwaRoad Freight Association, ingaba phakathi kuka-R1 million no-R7m, imali elahlekayo ngokudunwa kweloli ngalinye, nokudla izinkampani zomshwalense imali engaba ngu-R1 billion ngonyaka.

“Sibona kukhula ukudunwa kwamaloli athwele ukudla, kuthathwa ukudla okuningi,” kusho okhulumela usoseshini uGavin Kelly, etshela abezindaba zeDaily News.

Isibalo lesi sikhulu kukhulu uma kuqhathaniswa nangonyaka owedlule.

Funda nalolu daba: Iphoyisa kwababoshelwe ukuduna imoto

“Uma kudunwa ololi likaphethiloli uthengiswa, lokhu kukhomba ukuthi baningi abasuke bekuleyo nkohlakalo, akugcini nje ngokuba yizigebengu ezisemgwaqeni," kusho uKelly, ethi ukudlanga kokudunwa kwamaloli kwaqala ukugqama ngo-2008.

Umbiko ukhomba ukuthi abaduni bazi kahle ukuthi amaloli ahamba kuphi, ngaziphi izikhathi futhi yini esuke ithwelwe.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 26 votes
Hardly - I prefer streaming online
66% - 732 votes
Sometimes - it depends on the film release
32% - 351 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,028.50
-0.6%
Gold
2,378.37
+0.7%
Silver
28.25
+0.1%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE