Share

Ugesi ungaphansi kwengcindezi - Eskom

Cape Town - Ugesi ungaphansi kwenkulu ingcindezi ngenxa yezinkinga ezikhona eziphehlini zikagesi ngakho u-Eskom uyaphoqeleka ukuba usebenzise uStage 1 wokulungiselela ukucima ugesi.

Lolu hlelo luqale ngo-11:00 luzoze luphele ngo-22:00.

U-Eskom ucela amakhasimende ukuba acime amagiza nezinye izinto ezingesona isidingo emini ukuze kwehle ukugqilazeka kukagesi.

Abantu abasebenza emahhovisi bayacelwa ukuba bashiye becime yonke imishini ebusuku.

OLUNYE UDABA: Ungase unqamuke ugesi namhlanje - Eskom

Labo abasebenza ezinxanxatheleni zezitolo bangenza umehluko omkhulu uma nabo bengaqikelela ekutheni azikho izibani ezikhanya kungenasidingo.

Uma kunesidingo sokuthi u-Eskom ucime ugesi, kuzosetshenziswa uhlelo olujwayelekile, ngakho amakhasimende ale nkampani ayacelwa ukuba ashayele ku-0860 037 566.

Amakhasimende kamasipala angaxhumana nomasipala bangakubo.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
3% - 7 votes
Hardly - I prefer streaming online
70% - 173 votes
Sometimes - it depends on the film release
27% - 68 votes
Vote
Rand - Dollar
19.04
-0.1%
Rand - Pound
23.76
-0.3%
Rand - Euro
20.33
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.27
-0.3%
Rand - Yen
0.12
-0.1%
Platinum
951.30
-0.2%
Palladium
1,036.00
+0.1%
Gold
2,382.49
+0.9%
Silver
28.47
+0.9%
Brent-ruolie
87.29
-3.1%
Top 40
66,889
-0.0%
All Share
72,951
-0.1%
Resource 10
62,823
-0.9%
Industrial 25
98,128
+0.3%
Financial 15
15,417
+0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE