Share

Ukushoda kukadizili okudala ukucinywa kukagesi

Johannesburg - Ukuhlinzekwa kukagesi kulindeleke kubengaphansi kwengcindezi kuleli sonto, kusho u-Eskom ngoMsombuluko.

"Akukho ukucima kukagesi okuhleliwe okwamanje, kodwa kulindeleke ugesi uthwale kanzima ngasekupheleni kwesonto,” kusho okhulumela le nkampani, u-Andrew Etzinger.

Imishini yakwa-Eskom esebenza ngodizili ibingaphansi kwengcindezi ngenxa yokushoda kukawoyela.

Funda nalolu daba: Ijalimane izofaka izindodla kuleli.

"Iyakhathaza indaba kadizeli ngoba asilitholi inani elidingakalayo elizohlangabezana nezidingo zethu. Sisebenzisana nalabo abahlinzeka ngodizili ngenhloso yokuba basilethele udizili owanale,” kusho u-Etzinger.

U-Etzinger uthe mancane amathuba okuba ugesi ungacinywa ngoMsombuluko nangoLwesibili.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 1142 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 1219 votes
Vote
Rand - Dollar
19.19
+0.2%
Rand - Pound
23.98
-0.1%
Rand - Euro
20.56
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.50
-0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.3%
Platinum
917.00
+0.5%
Palladium
1,007.00
+0.2%
Gold
2,322.14
+0.3%
Silver
27.30
+0.5%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,799
+0.3%
All Share
74,714
+0.3%
Resource 10
62,196
+2.9%
Industrial 25
103,376
-0.6%
Financial 15
15,840
+0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE