Share

Umphakathi uphikisa eyokunyuswa kwamanani kagesi

Cape Town – Kugqame abantu abaphikisa isicelo sika-Eskom sokuthi kunyuswe amanani kagesi kuleli ngesikhathi kubanjwe izigcawu zokulalela izimvo zomphakathi eGoli kuleli sonto.

Le nkampani engaphansi kukahulumeni ibiyingxenye yalezi zigcawu ezibizwe yiNational Energy Regulator (Nersa), okuyiyona ezonquma ngasekupheleni kwenyanga ukuthi ngabe iyawuvumela yini u-Eskom ukuba wengeze u-9.58% wokunyusa amanani kagesi.

Lokhu kusho ukuthi ugesi uzonyuka ngo-24.78% uma lesi sicelo siphumelela.

OLUNYE UDABA: Umasipala ufuna ukwenyusa amanani kagesi ngo-37%

Ongoti, abaholi bamabhizinisi nosopolitiki bethule inkulumo yabo ngaphambi kweNersa, ibacela ukuthi bathole esinye isisombululo ngaphandle kokunyusa amanani kagesi.

Ungoti wezamandla uChris Yelland ukhulume kulesi sigcawu wathi ukunyusa amanani kagesi kuzobalimaza kakhulu abantu bakuleli.

Lokhu kungaholela ekutheni kudilizwe abasebenzi ngenxa yokuthi izinkampani zizohluleka ukumelana nesikweletu sikagesi.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 904 votes
No! It's time to move on ...
33% - 439 votes
Vote
Rand - Dollar
18.77
+1.3%
Rand - Pound
23.43
+1.5%
Rand - Euro
20.08
+1.6%
Rand - Aus dollar
12.28
+1.0%
Rand - Yen
0.12
+2.1%
Platinum
922.50
-0.3%
Palladium
965.00
-2.6%
Gold
2,339.46
+0.3%
Silver
27.49
+0.2%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,396
+1.4%
All Share
75,387
+1.4%
Resource 10
62,518
+0.6%
Industrial 25
104,038
+1.5%
Financial 15
16,113
+2.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE