Share

Ungqongqoshe uvikela amalungu eKhabhinethi

Johannesburg – Akukho okubi ngokuthi amalungu eKhabhinethi abenamabhizinisi noma enze eminye imisebenzi eceleni, uma nje lokho kungashayisani nokusebenzela uhulumeni, kusho uNgqongqoshe wezokuXhumana uFaith Muthabi.

"Uhulumeni uyibonile imibiko yabezindaba, ekhuluma ngamabhizinisi kaMengameli uJacob Zuma angasese kanye nawamanye amalungu eKhabhinethi,” kusho uMuthambi esitatimendeni ngoMsombuluko.

"Ngalolu daba, ongqongqoshe, amaphini abo namalungu ePhalamende babekelwe kuze kushaye u-Agasti 15 ukuba badalulele iPhalamende ngamabhizinisi noma ngeminye imisebenzi abayenzayo eceleni.”

Ongqongqoshe abawaphiki amabhizinisi abanowo noma imisebenzi abayenzayo eceleni njekokuba kubikiwe, abanye basazilungiselela ukwesula emisebenzini abebeyenza eceleni, esho.

NgeSonto, iCity Press yabika ukuthi amalungu abangu-72 kubalwa noZuma, banamabhizinisi eceleni.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 903 votes
No! It's time to move on ...
33% - 439 votes
Vote
Rand - Dollar
18.73
+1.5%
Rand - Pound
23.40
+1.7%
Rand - Euro
20.06
+1.7%
Rand - Aus dollar
12.26
+1.1%
Rand - Yen
0.12
+2.3%
Platinum
924.00
-0.2%
Palladium
966.00
-2.5%
Gold
2,341.38
+0.4%
Silver
27.47
+0.2%
Brent-ruolie
89.01
+1.1%
Top 40
69,366
+1.4%
All Share
75,360
+1.4%
Resource 10
62,534
+0.7%
Industrial 25
103,980
+1.4%
Financial 15
16,105
+1.9%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE