Share

Uqhuba kahle uFacebook ezimakethe

San Francisco – Izikhangisi ezifakwa kuFacebook sezisize le nkundla yezokuxhumana ehamba phambili emhlabeni ukuba ikhule ngo-61% imali engenayo, yaphinde yaqopha umlando ngokubeka phezulu inani lamasheya ayo ngehora elilodwa nje izimakethe zivuliwe ngoLwesithathu.

AbakwaFacebook ngoLwesithathu bathe babone sikhula isibalo sabantu abafaka izikhangisi kule nkundla esigabeni sesibili sonyaka, kanti nenzuzo yenkampani nayo ikhombise ukukhula kakhulu.

U-Facebook manje unamakhasimende abalelwa ku-1.5 million afake izikhangisi, kusho isikhulu esiphezulu uSheryl Sandberg sitshela abe-Reuters ngoLwesithathu.

"Sibona amakhasimende ethu eqhubeka nokukhangisa kakhulu kunakuqala futhi nesibalo samakhasimende amasha naso siyakhula, kusho uSandberg.

Amasheya kaFacebook abeseqala emalini elinganiselwa ku-$75.13 ngemuva kwehora kuvulwe izimakethe ngoLwesithathu, nokwenza le nkampani ibize cishe imali elinganiselwa ku-$190bn, okuyimali engaphezulu kakhulu kongathenga ngayo i-IBM.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 421 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 894 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE