Share

Usomabhizinisi usesikhokhile isikweletu

Johannesburg - Usomabhizinisi uKhanyi Dhlomo usewukhokhile u-R34.1 million awuboleka ku-NEF nawuthatha efuna ukuvula isitolo esidayisa izimpahla zikanokusho, iLuminance, kubika iSunday Times.

"Ezinye zezinto ezijatshulelwa yiNational Empowerment Fund ukuthi iNdalo Luxury Bentures (NLV) – nekungeyomuntu wesifazane omnyama – isisikhokhile isikweletu sayo,” kusho okhulumela i-NEF uMoemise Motsepe etshela iphephandaba.

Uthe le nkampani yaqala ukukhokha lesi sikweletu ngoJuni 2013 – kanti yayithe izothatha iminyaka emihlanu ukusiqeda.

Lesi sitolo ngesikaKhanyi Dhlomo, kanti ubambisene nomama wakhe uVenetia nosomabhizinisi uJudy Dlamini.

Kwaqubuka umsindo ngonyaka odlule ngesikhathi kuvela ukuthi lesi sitolo sathola uxhaso ku-NEF, iDemocratic Alliance yakhala ngokuthi lokhu kungesinye sezigameko sokucebisa abantu abavele bengomacaphunakusale.


 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 462 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 1002 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE