Share

Usomnotho uthembisa ezimnandi ngophethiloli

Johannesburg – Kulindeleke ukuthi intengo kaphethiloli yehle kakhulu ngenyanga ezayo njengoba kuzoqala isikhathi sokukhithiza samaholidi kaKhisimusi.

Ngokombiko we-SABC osomnotho bathi intengo kawoyela nophethiloli kungenzeka yehle ngamasenti angu-45 ilitha bese kuthi ongahluziwe wehle ngo-57 wamasenti ilitha.

Kubikwa ukuthi lokhu kuzohambisana nokuqina kwerandi njengoba libukeka lithembisa kulezi zinsuku.

OLUNYE UDABA: Sebedla izimbali abakade bephuza uphethiloli

Usomnotho weCredit Guarantee Insurance Corporation uLuke Doig uthe isimo somnotho wakuleli siyathembisa njengoba kuza isikhathi sokukhithizekla uKhisimusi. 

“Ukwehla kwentongo kaphethiloli kuzokhulula abathengi abaningi ikakhulukazi njengoba kungamaholidi,” kusho uDoig.

Uqhube wathi abantu bakuleli sebeke babhekana nenkulu ingcindezi kulo nyaka njengoba intengo kaphethiloli nodizili ike yanyuka ngendlela emangalisayo.

“Isimo sithanda ukuba ngcono manje kanti sisengaqhuka sibe ngcono ngokuhamba kwesikhathi,” esho.

     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
What do you think of the DA's controversial TV ad depicting a burning South African flag?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Effective - they hit the nail on the head
75% - 6 votes
Tone-deaf - they crossed the lined
25% - 2 votes
Vote
Rand - Dollar
18.43
+0.2%
Rand - Pound
23.08
+0.2%
Rand - Euro
19.85
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.17
+0.4%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
997.50
+1.3%
Palladium
980.75
+1.0%
Gold
2,364.92
+0.9%
Silver
28.20
-0.4%
Brent Crude
83.88
+0.4%
Top 40
72,181
+1.2%
All Share
78,464
+1.2%
Resource 10
63,450
+2.5%
Industrial 25
108,579
+0.4%
Financial 15
16,955
+1.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE