Share

Uyaqala uStage 2 ngo-4 - Eskom

Cape Town - Inkampani ephehla iphinde iphakele leli lizwe ngogesi, u-Eskom, isimemezele ukuthi izoqala ukucisha ugesi ngaphansi kukaStage 2 kusukela ngo-16:00 ngoLwesihlanu.

"U-Eskom uzongena kuStage 2 kusukela ngo-16:00, okulindeleke ukuthi kuqhubeke kuze kushaye u-22:00," kusho le nkampani enkundleni yezokuxhumana uTwitter.

Njalo uma kuzocisha ugesi, u-Eskom uqinisekisa amakhasimende ukuthi ucisha ugesi uma kunesidingo ngempela.

OLUNYE UDABA: U-Eskom usungene kuStage 2

Amakhasimende ayanxuswa ukuba onge ugesi aphinde acishe izinto ezisebenza ngogesi uma zingasetshenziswa.

Ukucinywa kukagesi ngezigaba kuthiwa kusazoba yinto ezoqhubeka isikhathi eside kuleli ngenxa yeziphehli ezingasebenzi kahle nokudala ukuthi le nkampani ingakwazi ukuphehla ugesi owanele.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 523 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 548 votes
Vote
Rand - Dollar
19.10
+0.1%
Rand - Pound
23.79
+0.0%
Rand - Euro
20.45
+0.0%
Rand - Aus dollar
12.45
-0.4%
Rand - Yen
0.12
+0.1%
Platinum
924.40
+0.5%
Palladium
1,033.50
+0.7%
Gold
2,325.01
+0.1%
Silver
27.41
+0.4%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,051
+0.8%
All Share
74,011
+0.6%
Resource 10
59,613
-2.2%
Industrial 25
102,806
+1.7%
Financial 15
15,897
+1.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE