Share

Uzokhokhelwa u-R250m uMark Shuttleworth

Cape Town – INkantolo yokudluliswa kwamacala ivune usozigidigidi uMark Shuttleworth odabeni oluthinta iBhange loMbuso yabe isiyalela ukuba akhokhelwe u-R250m ohambisana nenzalo.

UShuttleworth waqala ukuba ngundabuzekwayo ngesikhathi edayisa inkampani yakhe, iThawte ngo-1999 ngemali engu-$575m.

Ngesikhathi uShuttleworth eseyohlala e-Isle of Man wahamba nomcebo wakhe wonke, iBhange loMbuso lamkhokhisa u-R250m wentela njengoba wayezohamba nomcebo wakhe wonke aye kwelinye izwe.

Funda nalolu daba: Inkantolo ikhiphe umyalelo wokuboshwa kwesikhulu.

NgoLwesithathu uShuttleworth uthe imithetho elawula ukuhwebelana ngemali eNingizimu Afrika yenza kubenzima ukuba umuntu agcine umcebo wakhe isikhathi eside, kunalokho ukhulisa izindleko.

"INkantolo yezokuDluliswa kwamacala ngoLwesithathu ivune mina odabeni olumayelana nemithetho yokuhweba. Inzalo yelami ka-R250m ngizoyifaka esikhwameni, ngenhloso yokuba isize labo ababhekene nenkinga abenginayo kodwa bengenawo amandla ezindleko zenkantolo,” usho kanje.

UShuttleworth uthi kuyizindleko kakhulu ukusebenzela ngaphandle kwezwe laseNingizimu Afrika uma uqhathanisa nakwamanye amazwe ngenxa yemithetho ekhona.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 490 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 518 votes
Vote
Rand - Dollar
19.11
+0.4%
Rand - Pound
23.80
-0.4%
Rand - Euro
20.46
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.40
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
920.40
-1.1%
Palladium
1,026.50
+1.1%
Gold
2,322.61
-0.2%
Silver
27.34
+0.6%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
68,051
+0.8%
All Share
74,011
+0.6%
Resource 10
59,613
-2.2%
Industrial 25
102,806
+1.7%
Financial 15
15,897
+1.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE